‏ Job 22:30

30Uzamkhulula ongemsulwa; njalo ukhululwa ngokuhlanzeka kwezandla zakho a.

‏ John 21:15-17

Ukholo lukaPetro

15Sebedlile b, uJesu wathi kuSimoni Petro: Simoni kaJona c, uyangithanda kulalaba yini d? Wathi kuye: Yebo Nkosi; wena uyazi ukuthi ngiyakuthanda. Wathi kuye: Phana amawundlu ami ukudla. 16Wabuya wathi kuye ngokwesibili: Simoni kaJona, uyangithanda yini e? Wathi kuye: Yebo Nkosi, wena uyazi ukuthi ngiyakuthanda. Wathi kuye: Yelusa izimvu zami f. 17Wathi kuye ngokwesithathu: Simoni kaJona, uyangithanda yini g? UPetro wadabuka ngoba wathi kuye ngokwesithathu: Uyangithanda yini h? Wasesithi kuye: Nkosi, wena uyakwazi konke; wena uyakwazi ukuthi ngiyakuthanda i. UJesu wathi kuye: Phana izimvu zami ukudla.
Copyright information for Ndebele